Wikipedia
zuwiki
https://zu.wikipedia.org/wiki/Ikhasi_Elikhulu
MediaWiki 1.39.0-wmf.23
first-letter
Media
Special
Talk
User
User talk
Wikipedia
Wikipedia talk
File
File talk
MediaWiki
MediaWiki talk
Template
Template talk
Help
Help talk
Category
Category talk
TimedText
TimedText talk
Module
Module talk
Gadget
Gadget talk
Gadget definition
Gadget definition talk
Izinganekwane
0
3202
96779
96757
2022-08-10T18:46:40Z
41.216.202.128
Is a helpful story with morals
wikitext
text/x-wiki
'''{{PAGENAME}}''' izingxoxo ezixoxelwa izingane. Zixoxwa umama wezingane noma ugogo. yingxoxo exoxwa ngolimi olwejwayelekile ephathelene nezehalakalo zabalingiswa nezehlakalo zabalingiswa okungaba [[Abantu|abantu]] noma [[Izilwane|izilwane]]. Leli yiqoqo lezindaba ezizukulwaneni ngokomlomo.Izinganekwane msunuu wenu nonke izindaba ezazixoxwa emandulo futhi ezisaxoxwa namanje. Kuthiwa izinganekwane kuqedwa ngazo isithukuthezi futhi ukuxoxwa kwazo kwakungekhona ukuba zikholeke kumbe kine yizindaba ezingamaqiniso, kepha zazixoxelwa ubumnandi nje nokuzijabulisa njengoba kwashiwo.Maputi sandwich
Igama elithi "Izinganekwane" liqoqela ndawonye zonke izindatshana ezazixoxwa kudala. Uma sezihlolisiwa kahle lezi izindatshana sithola ukuthi zehlukahlukene. Kukhona ezixoxa ngobuhlakani kumbe ngobuqhawe obuthile, ezinokuthile okusamlando kepha okungacacile kahle. Lezi zibizwa ngokuthi ziyimiZekeliso. Bese Kuba nalezi ezivame ukuthinta inkolo yabantu njengokuvela kokufa kwabantu nje esikuthola endabeni yonwabu nentulo. Zona zibizwa ngeNganeko. Bese kube nezinsumansumane.
Ice cream pie bukela i-anime e.g.Naruto,demon slayer and Jujustu kaisen
==Umlando==
Ngokosiko izinganekwane zabe zixoxwa kusihlwa ngenxa yenkolo yokuthi uma zixixwa emini abantu bazomila izimpondo. Izinganekwane zivame ukuba zixoxwe ngumuntu omdala okuvamiuse ukuba ngugogo noma umkhulu uxoxela abazukulu bakhe. Ngenxa yokuthi zazidluliselwa ngokomlomo abasunguli bazo abaziwa.
==Ukuhlukaniswa kwazo==
Izinganekwane zingahlukaniseka kathathu okubalwa kuzo lezi: Inganeko, Umzekelo kanye nensumansumane.
===Inganeko===
Uhlobo lwezinganekwane ezivame ukuthinta inkolo, iphathe u[[Nkulunkulu]] noma imimoya. inhloso yayo ukuveza imvelaphi yezinto ezithile, imvamasa yamukelwa njengeyiqiniso.Ngaphandle kokuncika enkolweni, inganeko ingabuye ichaze ngokuvela kwezinto njengabantu, ukufa kanye nokunye. Inganekwane eyaziwa kakhulu ewulolu hlobo yileyo ekhuluma ngoNkulunkulu ethuma unwabu ukuba lithuma abantu ngeke bafe. Wathuma intulo ukuthiu iyotshela abantu ukuthi bazofa. Intulo yafika kuqala ngenza ngonxa youkuthiu ihamba ngesivinini. Kulenganekwane kuvezae ukuthi kusukelaphi ukufa kwabantu.
===Umzekeliso===
Uhlobo lwenganekwane ethinta isigameko esiqanjiwe kokunye esake senzeka ngempela. Ithinta abantu abake baphila, kokunye ithinte izindawo ezaziwayo, kuye kufakwe into engakholeki ukuthi yenzeka. Ivame ukugxila emasikweni nasekunqubweni yaleso sizwe.Izindkikmba ezitholalaka nagaphansi kwemizekeliso kubalwa izimpi kanye nokufuduka kwezizwe.
ISIZULU
Uhlobo lwenganekwane evama ukuxoxwa uma kuchithwa isizungu. Ngokujwayelekile lezin zinganekwane zisuke ziqanjiwe kodwa ziba nesifundo esithile. Ziba nabalingiswa okungaba abantu noma izilwane eziziphathisa okwabantu. Zivama utkuthinta izinto nje ezejwayelekile kubantu njengomon, ukungathemebeki, ubuqili, ukungalaleli kanye nokunye.
==Imithombo==
{{reflist}}
{{stub}}
[[Category:Isiko]]
[[Category:Ubuciko bomlomo]]
[[Category:IsiZulu]]
[[Category:Ulimi]]
3p4g8kn6ev2hmzoecwqkz0byo8ik93j
User talk:Velimir Ivanovic
3
30328
96780
2022-08-11T04:43:36Z
Liuxinyu970226
5415
Created page with "<div lang="en" dir="ltr" class="mw-content-ltr"> == Global ban proposal notification == {{subst:#ifeq:{{subst:CONTENTLANG}}|en||Apologies for writing in English. {{int:Please-translate}}}} There is an on-going discussion about a proposal that you be globally banned from editing all Wikimedia projects. You are invited to participate at [[:m:Requests for comment/Global ban for Velimir Ivanovic|Requests for comment/Global ban for Velimir Ivanovic]] on Meta-Wiki. {{int:Feedb..."
wikitext
text/x-wiki
<div lang="en" dir="ltr" class="mw-content-ltr">
== Global ban proposal notification ==
Apologies for writing in English. {{int:Please-translate}}
There is an on-going discussion about a proposal that you be globally banned from editing all Wikimedia projects. You are invited to participate at [[:m:Requests for comment/Global ban for Velimir Ivanovic|Requests for comment/Global ban for Velimir Ivanovic]] on Meta-Wiki. {{int:Feedback-thanks-title}} [[User:Liuxinyu970226|Liuxinyu970226]] ([[User talk:Liuxinyu970226|talk]]) 04:43, 11 uNcwaba 2022 (UTC)
s07lna0enwqqaeppd77hd3c00ndywdq